Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 2:14 - IsiZulu 2020

14 Wafumana ethempelini ababethengisa ngezinkomo, ngezimvu nangamajuba, abanye behlezi beshintsha imali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wafumana ethempelini abathengisa ngezinkomo nangezimvu nangamajuba, nabahlezi beshintsha imali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Wafumana ethempelini abathengisa ngezinkomo nezimvu namajuba, nabashintshi bemali behlezi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wafumana ethempelini abathengisa ngezinkomo nezimvu namajuba, nabashintshi bemali behlezi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 2:14
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Babe baningi ngangemihlambi yaseJerusalema eyehlukaniselwe umhlatshelo ngesikhathi esimiselwe imikhosi yakhona. Kanjalo-ke nemizi ebisele dengwane iyakugcwala izinkumbi zabantu, bayakukwazi ukuthi nginguSimakade.’ ”


Bafika eJerusalema. UJesu wangena ethempelini, waqala ukuxosha abathengisayo nabathengayo ethempelini. Wagumbuqela amatafula alabo ababeshintshelana imali, nezihlalo zabathengisa ngamajuba.


Wafundisa, wathi kubo: “Akulotshiwe yini ukuthi: ‘Indlu yami iyakubizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka yezizwe zonke’ na? Kodwa nina seniyiphendule umhume wabaphangi.”


Wayesephotha inkalivasi ngezintambo, wabaxosha bonke ethempelini, izimvu nezinkomo; wasakaza imali yabashintshisayo, wagumbuqela amatafula.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka