Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 13:4 - IsiZulu 2020

4 Wasukuma esidlweni, wabeka izingubo zakhe, wathatha ithawula, walibopha okhalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 wasuka ekudleni, wabeka izingubo zakhe, wathabatha indwangu, wakhwica.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 13:4
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehoshafathi wayesethi: “Akekho yini umphrofethi kaSimakade ukuze sibuze kuye ukuthi uthini uSimakade na?” Enye yezinceku zenkosi yakwa-Israyeli yaphendula, yathi: “Ukhona u-Elisha, indodana kaShafathi, okunguye owayegeza izandla zika-Eliya.”


Zibusisiwe lezo zinceku okuyakuthi lapho inkosi yazo ifika, izifice zilindile. Ngiqinisile ngithi kini: inkosi yazo iyakubopha ibhande okhalo, izihlalise phansi, ize yona uqobo iziphe ukudla.


“Ngubani kini ongathi enenceku elimayo noma eyelusayo, bese kuthi isanda kubuya nje endle, athi kuyo: ‘Sondela ngokushesha, uhlale phansi, udle’ na?


Kunalokho akayukusho yini kuyo, athi: ‘Faka iphinifa lakho, ungilungisele engizokudla, ngidle, ngiphuze, andukuba wena udle, uphuze’ na?


Ngokuba ngubani omkhulu, ngabe ngohleli elindele ukunikwa ukudla noma yisisebenzi esiphakayo na? Akusiye yini ohlezi esidlweni na? Kepha Mina ngiphakathi kwenu njengesisebenzi.


Ngakho-ke esezigezile izinyawo zabo, wathatha izingubo zakhe, wabuye wahlala esidlweni, wayesethi kubo: “Niyakuqonda yini lokhu engikwenze kini na?


Ngokuba niyawazi umusa weNkosi yethu uJesu uKhristu ukuthi, ngenxa yenu waba mpofu nakuba ayecebile, ukuze ngobuphofu bakhe nina nicebe.


Yilo umyalo enawuzwayo kwasekuqaleni wokuthi sithandane,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka