Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 12:9 - IsiZulu 2020

9 Isixuku esikhulu sabaJuda sezwa ukuthi uJesu ulapho. Saya khona, hhayi ngokuba siyakubona uJesu kuphela, kodwa nokuba sibone noLazaru ayemvuse kwabafileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngakho isixuku esikhulu sabaJuda sezwa ukuthi ulapho. Beza-ke kungengenxa kaJesu kuphela, kepha nokuba babone uLazaru abemvusile kwabafileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Ngakho ixuku elikhulu labaJuda lakwazi ukuthi ulapho, laselisiza kungengenxa kaJesu kuphela, kodwa lokuthi libone loLazaro ayemvuse kwabafileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngakho ixuku elikhulu labaJuda lakwazi ukuthi ulapho, laselisiza kungengenxa kaJesu kuphela, kodwa lokuthi libone loLazaro ayemvuse kwabafileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 12:9
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“UDavide luqobo umbiza ngokuthi yiNkosi. Pho-ke uyindodana yakhe kanjani na?” Isixuku esikhulu sasimlalele ngokujabula.


Sekusele izinsuku eziyisithupha kube yiPhasika, uJesu waya eBhethaniya lapho kwakuhlala khona uLazaru ayemvuse kwabafileyo.


Kepha abaphristi abakhulu benza uzungu lokuba babulale noLazaru,


Ngakusasa abantu abaningi abebeze emkhosini, sebezwile ukuthi uJesu uyeza eJerusalema,


Ngakho-ke isixuku esasinaye ngesikhathi ebiza uLazaru ukuba aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo, safakaza.


kodwa akukho ababengakuphika lapho bembona nomuntu ophilisiweyo emi nabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka