Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 10:13 - IsiZulu 2020

13 ngokuba ungoqashiweyo, akanandaba nezimvu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 ngokuba engokhokhelwayo, engazinakekeli izimvu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Oqashwayo uyabaleka, ngokuba engoqashiwe, engazikhathaleli izimvu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Oqashwayo uyabaleka, ngokuba engoqashiwe, engazikhathaleli izimvu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 10:13
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Oqashiweyo engesiye umelusi, nezimvu zingesizo ezakhe, uma ebona inkentshane liza, uyazishiya izimvu, athi galo yephuka, bese inkentshane lizibhozomela, lizihlakaze,


“Mina ngingumelusi omuhle. Ngiyazazi ezami, nezami ziyangazi,


Lokho wakusho, hhayi ngokuba ekhathalela abampofu, kodwa ngokuba eyisela futhi ephatha isikhwama semali, ayebuye ebe okufakwa kuso.


Khona bonke badumela uSostene, umphathi wesinagoge, bamshaya phambi kwesihlalo sokwehlulela, kodwa uGaliyu wakushaya indiva lokho.


Kepha ngifuna ukuba ningakhathazeki. Ongaganiwe ukhuthalela okweNkosi, ukuthi angayithokozisa kanjani iNkosi.


Kepha oganiweyo ukhuthalela okwezwe ukuba angamthokozisa kanjani umkakhe,


Ngokuba anginamuntu onenhliziyo enjengeyakhe, onganakekela izindaba zenu ngobuqotho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka