Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 28:18 - IsiZulu 2020

18 Athi esengihlolile, afuna ukungikhulula, ngokuba athi awafumani cala kimi elifanelwe ukuba ngife.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 wona esengihlolile afuna ukungikhulula, ngokuba kungekho cala kimi lokuba ngife;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 kwathi sebengihlolile, bathanda ukungikhulula, ngoba kwakungekho cala kimi lokufa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwathi sebengihlolile, bathanda ukungikhulula, ngoba kwakungekho cala kimi lokufa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 28:18
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakusasa ifuna ukwazi umsuka wendaba yokuthi abaJuda bamsola ngani, yamkhulula, yayisiyaleza ukuba abaphristi abakhulu nomkhandlu wonke ubuthane, yayisimehlisa uPawula, yammisa phambi kwabo.


Ngafumana ukuthi imangalelwe ngezindaba zomthetho wakubo, kodwa kungekho lutho olufanele ukubulawa noma ukuboshwa.


Umbusi wavuma ngokunqekuzisa ikhanda ukuba uPawula akhulume, waphendula wathi: “Ngiyazi ukuthi sekuyiminyaka eminingi ungumehluleli kulesi sizwe, ngiyathokoza ukuziphendulela ngalezi zinto,


Kepha uFelikisi ekwazi kahle okuqondene naleyo Ndlela, wakuguqisa ukuqulwa kwecala, ethi: “Kuyakuthi uma sekufike uLisiya, induna yenkulungwane, bese nginquma ngodaba lwenu.”


mina angifumananga lutho olufanele ukufa kwakwenzileyo, kodwa ngenxa yokuthi ulwedlulisele kuKhesari udaba lwakhe, nginqume ukumthumela lapho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka