Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 27:40 - IsiZulu 2020

40 Banquma amahange, bawashiya olwandle; bathukulula izintambo zamaphini okuqondisa umkhumbi; indwangu engaphambili bayiphakamisela emoyeni, base beqonda ogwini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Banquma amahange* bawashiya elwandle, bathukulula futhi izintambo zamaphini okuqondisa, baphakamisela emoyeni indwangu ephambili, baqonda ogwini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Sebekhuphulile amahange, bawayekela olwandle, bathukulula izibopho zokuqondisa, baphakamisela emoyeni useyili wangaphambili, baqonda ogwini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Sebekhuphulile amahange, bawayekela olwandle, bathukulula izibopho zokuqondisa, baphakamisela emoyeni useyili wangaphambili, baqonda ogwini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 27:40
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izintambo zakho ziyaxega, azinakuyiqinisa insika endaweni yayo, azinakuwugcina useyili wendlalekile. Lapho impango ephangiweyo iyokwehlukaniswa ngobuningi, ngisho nezinyonga ziyothola impango.


Kwathi ehamba ngasolwandle iGalile, wabona izelamani ezimbili, uSimoni okuthiwa nguPhethro no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Sebesikhuphulile bafaka okokuweseka ngaphansi, kwathi ngoba babesaba ukuthi umkhumbi ungase ushayeke esihlabathini esisogwini eSirti, kwehliswa iseyili, umkhumbi wadudulwa ngumoya.


Kepha bafika endaweni enolwandle nxazombili, umkhumbi waphahlazeka. Inhloko yawo yagxumekeka, yema, ayaze yanyakaza, kodwa ingemuva lephulwa ngamandla amaza.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka