Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 21:35 - IsiZulu 2020

35 Kuthe lapho esefikile esikhwelweni, wathwalwa ngamabutho ngenxa yokuminyana kwesixuku,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Esefikile esikhwelweni, kwenzeka ukuba athwalwe ngamabutho ngenxa yokukhandana kwesixuku;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Esefikile ezitebhisini, wathwalwa ngamasosha ngenxa yobudlova babantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Esefikile ezitebhisini, wathwalwa ngamasosha ngenxa yobudlova babantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 21:35
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bahlakaze, Nkosi, uphithanise ulimi lwabo, ngokuba ngibone ubudlova nengxabano emzini.


Qha, ingani ezinhliziyweni niphehla imisebenzi yokungalungi, ezweni nikala ngendluzula evela ezandleni zenu.


Ngokuba izwe ligcwele iziphingi; izwe lomisile ngenxa yesiqalekiso; amadlelo asehlane omile. Baphila impilo embi, basebenzisa namandla abo ngokungafanele.


Wayesethi kosebenza esivinini: ‘Phela sekuyiminyaka emithathu ngifika ngizofuna amakhiwane kulo mkhiwane, kodwa ngingatholi lutho. Ngakho-ke wunqume: kungani ulokhu ugugisa umhlabathi na?’


Esemvumele, uPawula wema esikhwelweni, wathulisa abantu ngesandla. Kwase kuthula kuthi cwaka, wayesekhuluma ngolimi lwesiHebheru, ethi:


Kepha kwafika uLisiya, induna yenkulungwane, wayithatha ngendluzula enkulu ezandleni zethu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka