Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 19:12 - IsiZulu 2020

12 ngangokuthi baze bathatha amaduku nezindwangu emzimbeni wakhe, bakubeka phezu kwabagulayo; zase zisuswa kubo izifo zabo, baphuma nomoya ababi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 baze bathatha amaduku nezindwangu emzimbeni wakhe, bazibeka phezu kwabagulayo; zase zisuka kubo izifo, nomoya ababi baphuma.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Kwaze kwathathwa amaduku nezigqoko emzimbeni wakhe kwabagulayo, izifo zasuka kubo, namademoni aphuma kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kwaze kwathathwa amaduku nezigqoko emzimbeni wakhe kwabagulayo, izifo zasuka kubo, namademoni aphuma kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 19:12
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.


Lezi zibonakaliso ziyakubonakala kwabakholwayo: Bayakukhipha amadimoni ngegama lami, bakhulume ngezilimi ezintsha.


kangangokuthi baze bakhiphela phandle emigwaqweni abagulayo, bababeka emacansini nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPhethro edlula, isithunzi sakhe sibeleke abanye babo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka