Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 15:37 - IsiZulu 2020

37 UBharnabha yena wanquma ukuhamba noJohane okuthiwa uMakhu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 UBarnaba wahlosa ukuhamba noJohane othiwa uMarku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 UBarnabasi wazimisela ukuhamba noJohane othiwa uMarku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

37 UBarnabasi wazimisela ukuhamba noJohane othiwa uMarku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 15:37
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sekumkhanyele lokho, wafika endlini kaMariya, unina kaJohane okuthiwa uMakhu, lapho kwakubuthene khona abaningi bekhuleka.


UBharnabha noSawula babuyela eJerusalema, ngokuba base bekuqedile ukukhonza kwabo, behamba noJohane okuthiwa nguMakhu.


UPawula nababehambisana naye basuka ePhafu ngomkhumbi baze bayofika ePherge ePhamfiliya, kepha uJohane wehlukana nabo, wabuyela eJerusalema.


Lapho befika eSalami, bashumayela izwi likaNkulunkulu emasinagogeni abaJuda; babehamba noJohane owayebasiza.


Kwaba khona ukuphikisana okunzima, baze bahlukana: uBharnabha wahamba noMakhu, wawelela naye eKhuphro ngomkhumbi.


Uyakhonza kini u-Aristarkhu oyisiboshwa kanye nami, noMakhu umzala kaBharnabha, enatshelwa ngaye. Uma efika kini, mamukeleni,


uLuka nguye kuphela onami. Ubokuza noMakhu, ngokuba uwusizo kimi emsebenzini.


kanjalo noMakhu, u-Aristakhusi, uDema noLuka, esibambisene nabo emsebenzini.


Liyakhonza kini ibandla eliseBhabhiloni elikhethiweyo kanye nani, uyakhonza noMakhu indodana yami.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka