IzAga 1:9 - IsiZulu 20209 iyoba ngumqhele wobuhle ekhanda lakho, nomgexo entanyeni yakho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 ngokuba kuyakuba ngumqhele omuhle wekhanda lakho, nemigexo entanyeni yakho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Ngokuba ziyakuba ngumhlobiso omuhle ekhanda lakho namaketanga entanyeni yakho. Uka jalj uñjjattʼäta |
Inkosi yamemeza kakhulu ukuba kulethwe abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola. Yayisikhuluma inkosi, yathi kwabahlakaniphileyo baseBhabhele: “Noma ngubani ongafunda lo mbhalo, angitshele incazelo yawo uyakwembathiswa okubukhwebezane, afakwe nomgexo wegolide entanyeni yakhe, abuse engowesithathu embusweni.”