Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 1:3 - IsiZulu 2020

3 ukuthola ingqondo ekhanyiselwe, ubulungiswa nobuqotho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 nokwamukela ukulaywa kube ngukuhlakanipha, nokulunga, nokwahlulela, neqiniso,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ukwamukela isifundiso sokuhlakanipha, ukulunga, nokwahlulela, nokulunga;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 1:3
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Israyeli wonke wezwa ngaleso sehlulelo esasenziwe yinkosi, wayesaba inkosi ngokuba wabona ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kwakunayo ekwehluleleni kwayo.


Ake wemukele imfundiso ephuma emlonyeni wakhe, ubeke amazwi akhe enhliziyweni yakho.


Yizwa iseluleko, wemukele ukuqondiswa, ukuze ekugcineni uhlakaniphe.


ukuba kukufundise iqiniso, namazwi athembekile, ukuze uthumele impendulo eyiqiniso kwabakuthumileyo na?


UMshumayeli wayefunisisa amazwi athokozisayo, ngobuqotho abhale amazwi aliqiniso.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka