IsiLilo 4:6 - IsiZulu 20206 Ukona kwendodakazi yabantu bami, kungaphezu kwesono seSodoma elachithwa ngokuphazima kweso, kungengazandla zamuntu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ukona kwendodakazi yabantu bami kukhulu kunesono saseSodoma elachithwa ngokuphazima kweso, kungasondelanga zandla kulo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Ngokuba isijeziso sobubi bendodakazi yabantu bami sikhulu kunesijeziso sesono saseSodoma elachithwa ngokuphazima kweso, kungasalanga zandla phezu kwalo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Njengoba kuyakuba njalo kubantu, kuyakuba njalo nakubaphristi; njengoba kuyakuba njalo nasesigqileni, kuyakuba njalo nakumniniso; njengoba kunjalo encekukazini, kuyakuba njalo nasenkosikazini; njengoba kunjalo kumthengi, kuyakuba njalo nakumthengisi; njengoba kunjalo kobolekisayo, kuyakuba njalo nakobolekayo; njengoba kunjalo kokweletisayo, kuyakuba njalo nakokweletayo.