Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsiLilo 3:7 - IsiZulu 2020

7 Ungihaqe nxazonke, angikwazi ukuphunyuka, wangibopha ngamaketanga asindayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ungibiyele ukuze ngingaphumi, wenza amaketanga ami ukuba asinde.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ungibiyele ngothango, ukuze ngingakwazi ukuphuma; Wenza iketango lami laba nzima.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsiLilo 3:7
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyivalile indlela yami ukuze ngingedluli, wabeka ubumnyama ezindleleni zami.


Kungani ukukhanya kunikwa umuntu ongayiboni indlela yakhe, lowo uNkulunkulu ambiyele nxazonke na?


Ubaxoshele kude ebengikade ngazana nabo, ungenze ngaba yisinengiso kubo; ngivalelwe, angikwazi ukuphuma.


Iso lami liyafa wusizi, ngikhala kuwe, Simakade imihla yonke, izandla zami ngizelulela kuwe.


Bambamba uJeremiya, bamphonsa emgodini kaMalikhiya, indodana yenkosi, owawusegcekeni labalindi. Bamehlisela emgodini ngezintambo uJeremiya, kwakungekho manzi, kodwa udaka kuphela. UJeremiya wabisha odakeni.


Bheka, manje ngiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho. Uma kukuhle kuwe ukuba uye nami eBhabhele, woza, ngiyakukunakekela, kodwa uma ungafuni ukuya nami eBhabhele, hlala. Uyabona, lonke izwe liphambi kwakho; yana lapho ufisa ukuya khona.”


“Iziphambeko zami ziboshelwe ejokeni ngesandla sakhe, waziphica ndawonye wazibeka entanyeni yami; wanqinda namandla ami. USimakade unginikele ezandleni zalabo engingakwazi ukumelana nabo.


Izindlela zami uzibiyele ngomthangala wamatshe, indlela yami wayigwegwisa.


Abasixoshayo basihleli entanyeni, sikhathele, asikutholi ukuphumula.


Uqinisile amazwi akhe awakhuluma ngathi nangabehluleli bethu abasahlulelayo ngokusehlisela okubi okukhulu, ngokuba phansi kwezulu lonke akwenziwanga njengokwenziwe kulo iJerusalema.


Ngakho-ke bhekani, ngizoyivala indlela yakho, ngakhe ugange ngameva oluzomvimbela nendlela yakhe angayitholi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka