IsiLilo 1:9 - IsiZulu 20209 Ukungcola kwalo kusemphethweni wezingubo zalo, alicabanganga ngomphumela wokona kwalo, liwile ngendlela emangalisayo, akekho ongaliduduza. Bheka Simakade, ukuhlupheka kwami, ngokuba isitha sinqobile. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ukungcola kwalo kwakusemaphethelweni alo, alikhumbulanga ukuphela kwalo; lehlile ngokumangalisayo, alinamduduzi. Bheka, Jehova, ukuhlupheka kwami, ngokuba isitha sizikhulisile. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Ukungcola kwakhe kusezigqokweni zakhe; akacabangi ngesiphetho sakhe sokugcina; ngakho lahamba ngokumangalisayo, lingelamduduzi. Jehova, bheka usizi lwami, ngokuba isitha sizikhulisile. Uka jalj uñjjattʼäta |
“Ngakho-ke, Nkulunkulu wethu, Nkulunkulu omkhulu, onamandla nowesabekayo, uhlale usigcina njalo isivumelwano sakho somusa. Yonke le nkathazo esehlelayo mayingabi ncane ebusweni bakho, thina namakhosi ethu, nezikhulu zakithi, nabaphristi bakithi, nabaphrofethi, nawokhokho, nabo bonke abantu bakho, kusukela ezinsukwini zamakhosi ama-Asiriya kuze kube namuhla.