IsAmbulo 13:15 - IsiZulu 202015 Sanikwa futhi ukuba siwuphe umfanekiso wesilo umoya, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze futhi ukuba bonke abangakhuleki emfanekisweni wesilo babulawe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Sanikwa futhi ukuba siwuphe umfanekiso wesilo umoya, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze futhi ukuba bonke abangakhuleki kumfanekiso wesilo babulawe. Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible15 Sanikwa amandla okwenza umfanekiso wesilo uphile, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze ukuba babulawe abangawukhulekeli umfanekiso wesilo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202415 Sanikwa amandla okwenza umfanekiso wesilo uphile, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze ukuba babulawe abangawukhulekeli umfanekiso wesilo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi, bahlala kuzo, banikwa amandla okwahlulela. Ngabona imiphefumulo yalabo ababenqunywe amakhanda ngenxa yobufakazi ngoJesu, nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nasemfanekisweni waso, nabangalwemukelanga uphawu lwaso emabunzini abo nasezandleni zabo. Baphila babusa noKhristu iminyaka eyinkulungwane.