IsAmbulo 11:6 - IsiZulu 20206 Laba banamandla okuvala izulu ukuba lingani ngezinsuku lapho bephrofetha, futhi banamandla phezu kwamanzi ukuba bawaphendule igazi, nokushaya umhlaba ngezinhlupheko eziningi, noma nini lapho bethanda ukwenzenjalo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Banamandla laba okuvala izulu ukuba lingani ngezinsuku zokuprofetha kwabo, futhi banamandla phezu kwamanzi okuwaphendula igazi nawokushaya umhlaba ngezinhlupho zonke, noma kungaba kangaki ngokuthanda kwabo. Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible6 Laba banamandla okuvala izulu ukuze lingani ngezinsuku zokuprofetha kwabo, futhi banamandla phezu kwamanzi okuwaphendula abe yigazi, futhi ashaye umhlaba ngazo zonke izinhlupho, noma nini ngokuthanda kwabo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Laba banamandla okuvala izulu ukuze lingani ngezinsuku zokuprofetha kwabo, futhi banamandla phezu kwamanzi okuwaphendula abe yigazi, futhi ashaye umhlaba ngazo zonke izinhlupho, noma nini ngokuthanda kwabo. Uka jalj uñjjattʼäta |