Hoseya 10:11 - IsiZulu 202011 U-Efrayimi uyisithole esifundisiweyo, esithanda ukubhula okusanhlamvu; ngizomgaxa ijoka entanyeni yakhe enhle, u-Efrayimi ngimdonsise, uJuda alime, uJakobe azicubuzele amagade. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 U-Efrayimi uyisithole esifundisiweyo, esithanda ukubhula amabele; kepha mina ngiyekile intamo yaso enhle; sengiyakumbophela u-Efrayimi, uJuda alime, uJakobe azidubele. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202411 Futhi u-Efrayimi unjengethokazi elifundisiwe futhi elithanda ukubhula ukolweni; kodwa ngadlula phezu kwentamo yakhe enhle; Ngiyakumkhwelisa u-Efrayimi; UJuda uyakulima, uJakobe aphule amagabade akhe. Uka jalj uñjjattʼäta |