Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Hagayi 2:10 - IsiZulu 2020

10 Ngosuku lwama-24 enyangeni yesishiyagalolunye, ngonyaka wesibili wokubusa kukaDariyu, kwafika izwi likaSimakade kuHagayi umphrofethi, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngolwamashumi amabili nane lwenyanga yesishiyagalolunye ngomnyaka wesibili kaDariyu izwi likaJehova lafika kuHagayi umprofethi, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngosuku lwamashumi amabili nane lwenyanga yesishiyagalolunye, ngomnyaka wesibili kaDariyu, izwi likaJehova lafika ngoHagayi umprofethi, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Hagayi 2:10
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngonyaka wesibili wokubusa kukaDariyu inkosi, ngenyanga yesithupha, ngosuku lokuqala enyangeni, kwafika izwi likaSimakade ngesandla sikaHagayi umphrofethi kuZerubhabhele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nakuJoshuwa indodana kaJehozadaki, umphristi omkhulu, lathi:


ngosuku lwama-24, ngenyanga yesithupha, ngonyaka wesibili wokubusa kwenkosi uDariyu.


“Ake nibeke enhliziyweni yenu, kusukela ngalolu lusuku kuqhubeke, kusukela ngosuku lwama-24 enyangeni yesishiyagalolunye, mhla kubekwa isisekelo sethempeli likaSimakade, nibeke enhliziyweni yenu ngalokho.


Izwi likaSimakade lafika okwesibili kuHagayi, ngosuku lwama-24 enyangeni, lathi:


Ngenyanga yesishiyagalombili, ngonyaka wesibili, wokubusa kukaDariyu, izwi likaSimakade lafika kuZakhariya indodana kaBherekhiya ka-Ido, umphrofethi, lathi:


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka