Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Hagayi 1:7 - IsiZulu 2020

7 “Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Bekani inhliziyo yenu ezindleleni zenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Bekani ezinhliziyweni zenu izindlela zenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Bhekani izindlela zenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Hagayi 1:7
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba kuyisiyalezelo phezu kwesiyalezelo, isiyalezelo phezu kwesiyalezelo, umthetho phezu komthetho, umthetho phezu komthetho, ingcosana lapha, ingcosana laphaya.”


Masibheke, sihlolisise izenzo zethu, sibuyele eNkosini.


“Ngakho-ke usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Bekani inhliziyo yenu ezindleleni zenu.


Nitshale okuningi, kodwa navuna okuncane; niyadla kepha anisuthi; niyaphuza, kodwa ananeliswa; niyembatha, kepha anifudumali, othola umholo uwufaka esikhwamemi esibhobokile.’


Khuphukelani entabeni, nilethe izingodo, nakhe indlu, ukuze nami ngithokoze ngayo, ngihlonishwe,’ ” kusho uSimakade.


“Ngakho-ke ake nibeke enhliziyweni yenu, kusukela ngalolu lusuku kuqhubeke, ukuthi kwakunjani kungakabekwa itshe phezu kwelinye ethempelini likaSimakade,


Elokugcina, bazalwane bami, thokozani eNkosini. Akungikhathazi ukuphinde nginilobele khona lokho, kodwa nina kuyanilonda.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka