Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 9:28 - IsiZulu 2020

28 Lezo zinsuku kufanele zikhunjulwe futhi zigcinwe yizizukulwane ngezizukulwane kuyo yonke imindeni, izifundazwe nemizi. Izinsuku zePhurimi akumele zephulwe phakathi kwabaJuda, nokukhunjulwa kwazo kungapheli phakathi kwezizukulwane zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 zikhunjulwe lezo zinsuku, zigcinwe ezizukulwaneni ngezizukulwane, emindenini ngemindeni, ezifundeni ngezifunda, emizini ngemizi, lezo zinsuku zePhurimi, zingaphuthi phakathi kwabaJuda, nesikhumbuzo sazo singapheli enzalweni yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

28 nokuthi lezi zinsuku kufanele zikhunjulwe futhi zigcinwe yizo zonke izizukulwane ngezizukulwane, nezifunda ngezifunda nawo wonke umuzi; nokuthi lezi zinsuku zePhurimi zingashabalali phakathi kwamaJuda, futhi inkumbulo yazo ingashabalali enzalweni yawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 9:28
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

abaJuda bakwenza kwaba ngumthetho wabo, nezizukulwane zabo, nanoma ngubani osephenduke umJuda, ukuthi ngesikhathi esifaneleyo ngonyaka lezo zinsuku ezimbili zigcinwe njengokusho komyalelo kaMoridekhayi, kungaphuthi.


Indlovukazi u-Esteri, indodakazi ka-Abhihayili, benoMoridekhayi babhala izincwadi, bayiqinisekisa iPhurimi ngamandla ababegunyazwe ngawo.


Mbonge uSimakade, mphefumulo wami, ungaze wakhohlwa yimisebenzi yakhe yonke yomusa,


Isizukulwane siyakuyibabaza kwesinye imisebenzi yakho, simemezele izenzo zakho zamandla.


Niyogubha umkhosi wesinkwa esingenamvubelo, ngokuba ngalolo lusuku ngakhipha amaviyo enu eGibhithe. Lolu lusuku niyolugubha lube ngumkhosi omisiweyo phakade izizukulwane ngezizukulwane.


Umqhele uyakuba ngokaHelemi, uThobiya, uJedaya, uHeni, indodana kaZefaniya, kube yisikhumbuzo ethempelini likaSimakade.


nithi kuzo: ‘Amanzi omfula iJordani anqamuka phambi komphongolo wesivumelwano sikaSimakade lapho kuwela umphongolo eJordani; lawa matshe ayisikhumbuzo kubantu bakwa-Israyeli kuze kube phakade.’ ”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka