Esteri 9:1 - IsiZulu 20201 Lwaze lwafika usuku lwamanqamu, mhla zilishumi nantathu ngenyanga u-Adari, olwalubhalwe esimemezelweni senkosi, usuku izitha zabaJuda ezazilumisele ukushaya icole ngalo kubaJuda, kanti kuzophenduka izikhuni, kube ngabaJuda abazobusa phezu kwazo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Ngenyanga yeshumi nambili eyinyanga ka-Adari ngosuku lweshumi nantathu lwayo, lapho kusondela izwi lenkosi nomthetho wayo ukuba kwenziwe, ngosuku izitha zabaJuda ezazethembile ngalo ukubusa phezu kwabo nokho kwaguqulwa ukuze abaJuda babuse phezu kwababazondayo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20241 Ngenyanga yeshumi nambili, eyinyanga ka-Adari, ngosuku lweshumi nantathu lwayo, lapho kwakusondela isimemezelo senkosi nomthetho wayo ukuba wenziwe, ngalolo suku izitha zabaJuda zazinethemba lokunqoba ngalo. Babe nazo, (ngisho noma kwakuphambene, ukuthi amaJuda ayebusa phezu kwalabo ababewazonda;) Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngenyanga yokuqala, inyanga uNisani, ngonyaka we-12 wokubusa kuka-Ahasheveroshi, benza iPhure (unkatho) phambi kukaHamani, imihla ngemihla, nyanga zonke, ukuze abone ukuthi isu lakhe liyolunga, liphumelele ngayiphi inyanga nangaluphi usuku. Waqoka ukuba lokho kwenziwe ngenyanga ye-12, inyanga u-Adari.