Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 7:2 - IsiZulu 2020

2 Ngosuku lwesibili edilini, besaphuza iwayini, inkosi yambuza okwesibili u-Esteri, yathi: “Ndlovukazi, Esteri, siyini isicelo sakho na? Uzosenzelwa. Ufunani-ke? Uyakunikwa noma kungaba yingxenye yombuso.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Inkosi yabuye yathi ku-Esteri ngosuku lwesibili lwedili lewayini: “Isicelo sakho siyini, nkosikazi Esteri, na? Uyakusenzelwa. Yini oyifunayo na? Kuyakwenziwa kuze kube nenxenye yombuso.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Inkosi yasisithi kuEsta ngosuku lwesibili edilini lewayini: Uyini umthandazo wakho, ndlovukazi Esta? Futhi siyini isicelo sakho? uyakufezwa kuze kube yingxenye yombuso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 7:2
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yathi kuye: “Kwenzenjani, ndlovukazi Esteri na? Ukhala ngani? Noma yini oyicelayo, ngisho kungaba yingxenye yombuso, uyoyinikwa.”


Besaphuza iwayini, inkosi yathi ku-Esteri: “Ucelani na? Uzoyenzelwa. Ukhala ngani? Ngisho ingxenye yombuso uyoyinikwa.”


Inkosi noHamani baya edilini lendlovukazi u-Esteri.


yayisithi endlovukazini u-Esteri: “Enhlokomuzi iShushani, abaJuda babulale amadoda angama-500, kuwo kunamadodana alishumi kaHamani. Kazi benzenjani kwezinye izifundazwe na? Yini-ke enye osayicela? Ngizokunika yona. Ucelani? Ngizokwenzela.”


Yafunga kuyo yathi: “Noma yini oyicelayo kimi ngizakukunika yona, noma ngabe yingxenye yombuso wami.”


Kuze kube manje anicelanga lutho egameni lami. Celani, niyakuphiwa ukuze intokozo yenu igcwale.


Induna yenkulungwane yayibamba ngesandla, yathi ukugudluka nayo, yayisiyibuza sebebodwa, yathi: “Kuyini ofuna ukungibikela khona na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka