Esteri 5:14 - IsiZulu 202014 Umkakhe uZereshi nabo bonke abangani bakhe bathi kuye: “Tshela abantu bagxumeke isigxobo sokuphanyeka esingamakhubhithi angama-50 ubude, bese ucela enkosini ekuseni ukuba kulengiswe kuso uMoridekhayi, uhambe nenkosi uyozitika ukhululekile.” Leso seluleko samthokozisa uHamani, wayesesenza isiphanyeko. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Wayesethi uZereshi umkakhe nabo bonke abangane bakhe kuye: “Yenza umuthi, ukuphakama kwawo kube yizingalo ezingamashumi ayisihlanu, ukhulume ekuseni enkosini ukuba uMoridekayi aphanyekwe kuwo, besewungena ngokuthokoza kanye nenkosi edilini.” Laba lihle lelo zwi kuHamani, wenza umuthi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202414 Umkakhe uSereshi labo bonke abangane bakhe bathi kuye: “Mawuphakanyiswe ugodo oluyizingalo ezingamashumi ayisihlanu, nikhulume enkosini kusasa ukuba uMoridekayi alengiswe kuso; bese ungena ngokuthokoza kanye nenkosi esidlweni. Lendaba yaba mnandi kuHamani; futhi wenza ugodo. Uka jalj uñjjattʼäta |