Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Esteri 4:2 - IsiZulu 2020

2 Wahamba waya esangweni lesigodlo senkosi, ngokuba akekho owayevunyelwe ukungena ngalo egqoke indwangu eyisaka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 waya naphambi kwesango lenkosi, ngokuba kwakungekho ongangena esangweni lenkosi embethe indwangu yamasaka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wafika ngisho naphambi kwesango lenkosi, ngoba akekho ongangena esangweni lenkosi egqoke izingubo zokulila.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Esteri 4:2
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sezedlule izinsuku zokumlilela uJakobe, uJosefa wakhuluma kwabendlu kaFaro, wathi: “Uma ngifumene umusa emehlweni enu, nginxuseleni kuFaro, nithi:


Kwathi ukuba uMoridekhayi ezwe ngakho konke okwakwenzekile, waklebhula izingubo zakhe, wagqoka isaka, wazithela ngomlotha ekhanda, wazulazula emzini ekhala kakhulu nakalusizi.


Kuzo zonke izifundazwe lapho kwafinyelela khona izwi lenkosi nomthetho wayo, kwaba nomsindo wokulila okukhulu kubaJuda; bazila ukudla, bakhala, balila, iningi labo lalala phansi ligqoke indwangu eyisaka, lazithela ngomlotha.


Kanti naphuma ukuyobonani na? Umuntu owembethe izingubo ezintofontofo na? Phela abembethe okukhazimulayo, futhi betamasa, basezigodlweni zamakhosi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka