Esteri 2:7 - IsiZulu 20207 Wayenomzala ogama lakhe lingu-Esteri, elesiHebheru kunguHadasa, owayemuhle futhi eme kahle. Uyise nonina babengasekho, ngakho-ke uMoridekhayi wamthatha wamkhulisa njengendodakazi yakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Wayelokhu emondla uHadasa ongu-Esteri, indodakazi kayisekazi, ngokuba wayengenayise, engenanina; intombi yayiyinhle, yayibukeka; sebefile uyise nonina, uMoridekayi wayithatha yaba yindodakazi yakhe. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Wayesondla uHadasa, ongu-Esteri, indodakazi kayisekazi; ngokuba yayingenayise noma unina, intombazana yayiyinhle, iyinhle; uMoridekayi wafa uyise nonina wayithatha yaba yindodakazi yakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |