Esteri 2:14 - IsiZulu 202014 Yayiya lapho kusihlwa, kuthi ngakusasa ekuseni iyiswe kwenye indlu iyonakekelwa nguShawashigazi, umthenwa owayengamele izancinza zenkosi. Yayingeke iphinde ingene enkosini, ngaphandle kokuba inkosi iyithandile, yayibiza ngegama. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Yangena khona kusihlwa; ekuseni yabuyela endlini yesibili yabesifazane phansi kwesandla sikaShahashigazi, induna yenkosi, umgcini wezancinza, ingaphindi ingene enkosini, uma inkosi ingathokozanga ngayo, ibizwe ngegama. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202414 Yahamba kusihlwa, ngangomuso yabuyela endlini yesibili yabesifazane, phansi kwesandla sikaSheshahasi, induna yenkosi, egada izancinza; nokuthi wayeshiwo ngegama. Uka jalj uñjjattʼäta |
“Zonke izikhulu zenkosi nalezo ezihlala ezifundazweni ziyazi ukuthi noma ngabe ngowesilisa noma ngowesifazane ongena egcekeni lenkosi elingaphakathi engabiziwe yiyo, ubhekana namthetho munye ofanayo wokuba abulawe, ngaphandle uma inkosi imkhombe ngentonga yayo yegolide, lowo angaphila. Kodwa mina ayingibizile inkosi kulezi zinsuku ezingama-30.”