Esteri 1:3 - IsiZulu 20203 kwathi ngonyaka wesithathu wokubusa kwayo, yenzela zonke izikhulu zayo nezinceku zayo idili, abombutho wempi yasePheresiya naseMediya, izikhulu nababusi bezifundazwe, babelapho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 ngomnyaka wesithathu wokubusa kwayo, yenzela izikhulu zayo zonke nezinceku zayo idili, amaqhawe asePheresiya naseMediya, nabakhulu nezikhulu zezifunda bephambi kwayo, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Ngomnyaka wesithathu wokubusa kwakhe wenzela zonke izikhulu zakhe nezinceku zakhe idili; amandla asePheresiya naseMediya, izikhulu nezikhulu zezifunda phambi kwakhe; Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngenyanga yokuqala, inyanga uNisani, ngonyaka we-12 wokubusa kuka-Ahasheveroshi, benza iPhure (unkatho) phambi kukaHamani, imihla ngemihla, nyanga zonke, ukuze abone ukuthi isu lakhe liyolunga, liphumelele ngayiphi inyanga nangaluphi usuku. Waqoka ukuba lokho kwenziwe ngenyanga ye-12, inyanga u-Adari.