EkaJakobe 5:11 - IsiZulu 202011 Niyazi ukuthi babusisiwe labo ababekezelile. Nizwile ngokubekezela kukaJobe, futhi nibonile isiphetho esilethwe yiNkosi, ukuthi iNkosi inesihe esikhulu nesihawu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Bhekani, babusisiwe abakhuthazelayo; nizwile ngokukhuthazela kukaJobe, nibonile impetho yeNkosi ukuthi iNkosi inesihe esikhulu nesihawu. Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible11 Bheka, sithi babusisiwe abakhuthazelayo. Nizwile ngokubekezela kukaJobe, nibonile isiphetho seNkosi; ukuthi iNkosi inesihawu esikhulu, nesihawu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202411 Bheka, sithi babusisiwe abakhuthazelayo. Nizwile ngokubekezela kukaJobe, nibonile isiphetho seNkosi; ukuthi iNkosi inesihawu esikhulu, nesihawu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.