Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 92:13 - IsiZulu 2020

13 Batshalwe endlini kaSimakade, bamilile emagcekeni kaNkulunkulu wethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Batshaliwe endlini kaJehova, bamila emagcekeni kaNkulunkulu wethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Abatshaliwe endlini kaJehova bayakumila emagcekeni kaNkulunkulu wethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 92:13
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wenza igceke labaphristi, igceke elikhulu, iminyango yegceke, nezivalo zayo wazemboza ngethusi.


UMoridekhayi waba ngumuntu omkhulu esigodlweni, nodumo lwakhe lwanda kuzo zonke izifundazwe, waqhubeka njalo waba ngumuntu onamandla.


Ngenani emasangweni akhe ngokubonga, nasemagcekeni akhe ngokudumisa, mbongeni, nidumise igama lakhe.


emagcekeni endlu kaSimakade, phakathi kwakho, Jerusalema. Haleluya!


enikhonza endlini yakhe, emagcekeni endlu kaNkulunkulu wethu.


Izindebe zomlomo wakho ziconsa njengamakhekheba ezinyosi; makoti wami, uju nobisi kungaphansi kolimi lwakho, iphunga lezingubo zakho linjengephunga laseLebhanoni.


Imilenze yakhe iyizinsika zemabuli ezibekwe phezu kwezisekelo zegolide loqobo. Isiqu sakhe sifana neLebhanoni, sinjengemisedari ekhethekileyo.


Bonke abantu bakho bayakuba ngabalungileyo, badle ifa lezwe kuze kube phakade; igatsha lokutshala kwami, umsebenzi wezandla zami, ukuze ngidunyiswe.


ngenze ukuba abalilayo eZiyoni baphiwe amaqhiya esikhundleni somlotha; amafutha enjabulo esikhundleni sokulila; ingubo yokudumisa esikhundleni somoya odangeleyo; ukuze babizwe ngokuthi yimithi yokulunga, nokutshalwe nguSimakade, ukuze adunyiswe.


Ngiyakuba njengamazolo ku-Israyeli, uyakuqhakaza njengomnduze, agxilise izimpande zakhe njengeLebhanoni.


Kepha uma amanye amagatsha anqunywa, kwase kuthi wena oyigatsha lesihlahla somnqumo wasendle wafakwa phakathi kwawo ukuze uhlanganyele engcebeni yempande yomnqumo;


Ngokuba uma sihlanganiswe naye ngokufa okufanayo, siyakuba njalo nangokuvuka.


UKhristu ahlale ezinhliziyweni zenu ngokukholwa, ukuze nigxile, nisekelwe othandweni,


Kepha khulani emseni nasekwazini iNkosi noMsindisi wethu uJesu Khristu. Kuye makube udumo kusukela manje kuze kube usuku lwaphakade. Amen.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka