Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 90:13 - IsiZulu 2020

13 Buya, Simakade! Kuyoze kube nini na? Hawukela izinceku zakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Buya, Jehova! Koze kube nini na? Hawukela izinceku zakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Buya, Jehova, kuze kube nini? futhi makuphenduke kuwe ezincekwini zaKho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 90:13
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngenxa yabo wasikhumbula isivumelwano sakhe, wabaphendula ngokobuningi bomusa wakhe.


Ngokuba uSimakade uyokwehlulela abantu bakhe, azihawukele izinceku zakhe.


Akukho ukukhumbula Wena kwelabafileyo; ngubani oyakukubonga endaweni yabafileyo na?


Nkulunkulu, kuyoze kube nini umcindezeli esithuka, isitha sihlala sihlambalaza igama lakho na?


Nkulunkulu Wamabandla, phenduka, siyakucela, bheka phansi usezulwini, ubone, bese uwunakekela lo mvini,


yebo, lo mvini utshalwe yisandla sakho sokunene, nendodana yakho ozikhulisele yona.


Simakade, kuyoze kube nini uzisithile, nentukuthelo yakho ivutha njengomlilo na?


Abazukusho yini abaseGibhithe bathi: ‘Wabakhipha ehlose okubi, ukuba ababulalele ezintabeni, abaqothe baphele nya emhlabeni.’ Phenduka olakeni lwakho olukhulu, uguqule umqondo wakho, ungabehliseli okubi abantu bakho.


USimakade wawuguqula umqondo wakhe ngenhlekelele ayehlose ukuyehlisela abantu bakhe.


Simakade, kungani usidukisile ezindleleni zakho, uzenza lukhuni izinhliziyo zethu, zize zingakwesabi na? Buya ngenxa yezinceku zakho, izizwe zefa lakho.


Kuyakuthi uma sengibasiphulile, ngibuye ngibahawukele, ngibabuyise, kube yilowo nalowo efeni lakhe nasezweni lakhe.


“Ngingakuyekela kanjani, Efrayimi, ngikukhaphele kanjani, Israyeli na? Ngingakwenza kanjani ube njenge-Adima, ngikwenze kanjani ube njengeZebhoyimi na? Inhliziyo yami iyaphenduka ngaphakathi kimi, sonke isihawu sami sivusiwe.


USimakade waxola ngalokhu. “Ngeke kusenzeka,” kusho uSimakade.


USimakade waxola ngalokhu. “Ngeke kusenzeka,” kusho uSimakade.


Kwazi bani? Hleze uNkulunkulu angacabanga ngokunye, abe nobubele kithi, alubambe ulaka lwakhe oluvuthayo, angabe esasibhubhisa.”


“Ngalokho usho kanje uSimakade, uthi: ‘Ngiyakubuyela eJerusalema ngesihawu, indlu yami iyakwakhiwa kulo, kudonswe intambo yokulinganisa phezu kweJerusalema,’ kusho uSimakade Wamabandla.


Ekumeni kwawo wathi: “Buyela, Simakade emashumini ezinkulungwane zemindeni yakwa-Israyeli.”


“USimakade uyobehlulela abantu bakhe, abe nesihawu ezincekwini zakhe, lapho ebona ukuthi amandla abo aphelile, akusekho oboshiweyo nokhululekileyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka