Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 86:3 - IsiZulu 2020

3 Yiba nomusa kimi, Nkosi, ngokuba ngikhala kuwe usuku lonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Yiba nomusa kimi, Nkosi, ngokuba ngikhala kuwe usuku lonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yiba nomusa kimi, Nkosi, ngokuba ngikhala kuwe imihla yonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 86:3
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiholele eqinisweni lakho, ungifundise, ngokuba Wena unguNkulunkulu wensindiso yami; ngethembele kuwe njalo.


Ngiphendule lapho ngikhala, Nkulunkulu ongukulunga kwami. Ekucindezelweni wangenzela indawo ebanzi; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami.


Izitha zami zihambe zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzofa nini, igama lakhe lingabe lisaphathwa na?”


Ekuseni, emini nantambama ngizokhala kuye, ngibubule, uzolizwa izwi lami.


Nkulunkulu, yiba nomusa kimi, ngokuba abantu bafuna ukungenzakalisa. Bangilwisa usuku lonke, bayangicindezela.


Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu, ngihawukele. Ngokuba umphefumulo wami uphephela kuwe. Ngizokhosela emthunzini wamaphiko akho, zize zedlule izinhlekelele.


Uyakubenzela yini abafileyo isimangaliso na? Izithunzi ziyovuka yini zikubonge na? Sela


Beka indlebe yakho ekunxuseni kwami, umkhuleko wami mawufike kuwe.


Iso lami liyafa wusizi, ngikhala kuwe, Simakade imihla yonke, izandla zami ngizelulela kuwe.


UNkulunkulu akayukubenzela yini ubulungiswa abakhethiweyo bakhe, abakhala kuye imini nobusuku, ababekezelele na?


Wayengumfelokazi waze waba neminyaka engama-84, engasuki ethempelini, ekhonza ngokuzila nangokukhuleka ubusuku nemini.


ngokukhuleka konke nokunxusa, nikhuleka ngezikhathi zonke nikuMoya; kulokho nilinde ngesineke sonke nangokunxusela abangcwele bonke,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka