Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 74:21 - IsiZulu 2020

21 Ocindezelweyo makangabuyi ejabhile, ohluphekayo nompofu mababonge igama lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ocindezelweyo makangabuyi ejabhile; ohluphekayo nompofu mababonge igama lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ocindezelweyo makangabuyi enamahloni; ompofu nompofu mabadumise igama lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 74:21
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Babemdumisa uSimakade, bembonga ngamaculo, becula bethi: “Ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade ku-Israyeli.” Bonke abantu bakhamuluka, bamemeza kakhulu ngentokozo, bedumisa uSimakade lapho bebona kubekwa isisekelo sendlu yakhe.


USimakade ubenzela bonke abacindezelweyo ukulunga nobulungiswa.


Ngokuba ngingompofu nontulayo, inhliziyo yami ilimele.


Kepha Wena Simakade, uthi: “Ngenxa yabampofu abaphangwayo, nababuswezi ababubulayo, ngizakuvuka,” kusho uSimakade, “ngimbeke endaweni ephephile, ayilangazelelayo.”


Amathambo ami wonke athi: “Simakade, ngubani onjengawe, Wena ukhulula abantekenteke kulabo abanamandla kunabo; ohluphekayo nontulayo, kulowo omphangayo.”


Abampofu abasoze balibaleka; ithemba labathobekileyo nabahluphekileyo, aliyukunyamalala phakade.


Kepha u-Israyeli usindisiwe nguSimakade, ngokusindiswa okuphakade; aniyukujabha, aniyukuba namahloni kuze kube phakade.


umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka