Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 70:5 - IsiZulu 2020

5 Kepha mina ngimpofu futhi ngiyantula, phuthuma ungisize, Nkulunkulu! Ulusizo lwami nomkhululi wami. Simakade, ungalibali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba mina ngihluphekile, ngimpofu; Nkulunkulu, ngiphuthumele. Wena uyinsizakalo yami nomkhululi wami; Jehova, ungalibali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kepha mina ngimpofu nompofu; shesha uze kimi, Nkulunkulu; Wena ulusizo lwami nomsindisi wami; O Jehova, ungalibali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 70:5
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba ngingompofu nontulayo, inhliziyo yami ilimele.


Simakade, ngikhala kuwe, phuthuma uze kimi, lalela izwi lami lapho ngikhuleka kuwe.


Noma ngihlupheka, ngintula, iNkosi iyanginaka, Wena ungumsizi wami nomsindisi wami, Nkulunkulu wami, mawungalibali.


Kepha mina ngihluphekile, nginobuhlungu. Nkulunkulu, insindiso yakho mayingilondoloze.


Akusensuku zatshwala afike ozayo, akayukulibala.


Ofakaza ngalezi zinto uthi: “Yebo, ngiyeza masinyane.” Amen. Woza, Nkosi uJesu!


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka