Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 65:7 - IsiZulu 2020

7 othulisa ukuduma kwezilwandle, inhlokomo yamaza azo nomsindo wabantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 othulisa ukuduma kwezilwandle, inhlokomo yamaza azo nomsindo wabantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 othulisa ukuhlokoma kolwandle, ukuhlokoma kwamaza abo nokuhlokoma kwabantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 65:7
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathulisa isiphepho, kwathula du, kwathula namadlambi olwandle.


Ungakhohlwa yizwi lezitha zakho, ukuxokozela kwabakuvukelayo kuya ngokuya kwenyukela.


Ngokuba ulaka lomuntu luyakukudumisa, insalelo yolaka uyakuyibhinca.


Wena ubusa amadlambi olwandle lapho amaza alo ephakama, Wena uyawathulisa.


USimakade uyiNkosi, wembethe ubukhosi, uSimakade uvunule, ubhince amandla. Izwe ulimise laqina, alinakunyakaziswa.


Umhlaba wawenza ngamandla akhe, izwe walimisa ngokuhlakanipha kwakhe, izulu walendlala ngokuqonda kwakhe.


Ayesemqukula uJona, amphonsa olwandle; lwase luthula cwaka ulwandle.


Kepha uSimakade wathumela isishingishane olwandle, kwaba nesiphepho esikhulu kwaze kwangathi umkhumbi uyahlephuka.


UJesu eseshilo kubo wathi: “YiMina,” base behlehla nyovane, bafumbeka phansi.


UPilatu waphendula, wathi: “Esengikulobile, ngikulobile.”


Kuthe esekukhulumile lokho wawuhlakaza umbuthano.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka