Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 55:6 - IsiZulu 2020

6 Ngibe sengithi: “Ukuba benginamaphiko njengejuba, ngabe ngindizela kwelikude, ngihlale khona nginethezeke.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Besengithi: “Sengathi ngingaba namaphiko njengejuba; ngabe ngindizela ekudeni, ngihlale khona.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngase ngithi: “O, ukube benginamaphiko njengejuba! ngoba bengizondiza ngihambe ngiphumule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 55:6
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiphephela kuwe Simakade; uyisiphephelo sami. Kungani pho nithi kimi: “Balekela ezintabeni njengenyoni.


Uma ngithatha amaphiko okusa, ngiye ngihlale emikhawulweni yolwandle,


Inhliziyo yami iyadwanguza, iyathuthumela; ukuhwelela ebengikulangazelela kungehlele, sekuphenduke ixhala kimi.


Owesifazane wayesenikwa amaphiko amabili okhozi olukhulu ukuba andizele ehlane endaweni yakhe, lapho enakekelwa khona isikhathi nezikhathi, nengxenye yesikhathi, engekho ebusweni benyoka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka