Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 54:1 - IsiZulu 2020

1 Nkulunkulu, ngisindise ngegama lakho, ngamandla akho ungehlulele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nkulunkulu, ngisindise ngegama lakho, ngahlulele ngamandla akho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela ngeNeginoti, iMaskili, ihubo likaDavide, lapho amaSifi efika, ethi kuSawule: “UDavide akazicashile yini kithi na? Ngikhulule, Nkulunkulu, ngegama lakho, ungahlulele ngokomthetho wakho amandla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 54:1
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

wathi: “Simakade, Nkulunkulu wokhokho bethu, kanti Wena awusiye yini uNkulunkulu ezulwini, nombusi wemibuso yonke yezizwe na? Esandleni sakho kukhona amandla negunya, akekho ongamelana nawe.


USimakade makakuphendule ngosuku lwenhlupheko. Igama likaNkulunkulu kaJakobe malikuvikele.


Ngahlulele, Simakade, ngokuba ngihamba ngobuqotho, ngethembele kuwe angaze ngangabaza.


Njengoba linjalo igama lakho, Nkulunkulu, zinjalo nezibongo zakho kuze kube semikhawulweni yomhlaba, isandla sakho sokunene sigcwele ukulunga.


Sisize, Nkulunkulu wensindiso yethu, ngenxa yenkazimulo yegama lakho, usikhulule, usithethelele izono zethu ngenxa yegama lakho.


Nkosi enamandla, mthandi wokulungileyo, uqinise ubuqotho, waphakamisa ubulungiswa nokulunga kwaJakobe.


Ilalelisise, futhi uyithobele. Ungayivukeli, ngokuba ayiyukuzithethelela iziphambeko zenu, ngokuba igama lami likuyo.


Igama likaSimakade lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.


ngokuba umhlengi wazo unamandla; uyakuyimela indaba yazo.


Igama likaSimakade liyeza, livela kude, livutha ulaka lwakhe, ligqunqile; izindebe zakhe zigcwele intukuthelo, nolimi lwakhe lunjengomlilo oqothulayo;


Kepha umkhululi wabo unamandla, nguSimakade Wamabandla igama lakhe; uyakuyimela nokuyimela indaba yabo, ukuba aphumuze umhlaba, kodwa bangabi nakuthula abakhileyo eBhabhele.


Uzakuzala iNdodana, uyiqambe igama uthi nguJesu, ngokuba nguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.”


“Intombi iyakukhulelwa, izale indodana; bayakuyiqamba igama bathi ngu-Immanuweli,” okusho ukuthi: “UNkulunkulu unathi.”


“Umuntu uyakumkhaphela ekufeni umfowabo, noyise akhaphele umntwana wakhe. Abantwana bayakuvukela abazali, bababulale.


“Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.”


Abantu baseZifi baya kuSawule eGibheya, bathi: “UDavide akacashile yini entabeni iHakhila engaphambi kweJeshimoni, na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka