Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 49:13 - IsiZulu 2020

13 Le ndlela yabo ingubuwula babo, balandelwa ngabathokozela amazwi abo. Sela

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Le ndlela yabo ingubuwula babo, balandelwa ngabavumela umlomo wabo. Sela*

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Lena yindlela yabo, ubuwula babo, kodwa inzalo yabo ivumelana namazwi abo. Sela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 49:13
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba okuvelela abantu kuyafana nokwehlela izilwane; njengoba umuntu efa, kanjalo nesilwane siyafa. Konke kunomoya ofanayo, umuntu akazedluli izilwane, ngokuba konke kuyize.


Kunalokho impela sizokwenza konke esikuthembisile ngemilomo yethu. Sizoyishisela impepho indlovukazi yezulu, siyethulele iminikelo yokuphuzwayo, njengoba besenza thina nokhokho bethu, amakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini yakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema. Ngokuba sasidla sisutha ukudla, singahlushwa yilutho.


“Kepha uNkulunkulu wathi kuye: ‘Siwula ndini, ngalobu busuku umphefumulo wakho uzakuthathwa kuwe. Pho-ke ziyakuba ngezikabani lezi zinto ozilungisileyo na?’


Ngokuba ukuhlakanipha kwaleli lizwe kungubuwula kuNkulunkulu. Kulotshiwe ukuthi: “Abahlakaniphileyo ubabamba ebuqilini babo,”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka