Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 38:19 - IsiZulu 2020

19 Izitha zami ziphilile, zinamandla, baningi abangizondela ize;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kepha izitha zami ziphilile, zinamandla; baningi abangizonda ngeze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kodwa izitha zami ziyaphila, zilamandla, lalabo abangizonda ngokungafanele bayanda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 38:19
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wangisindisa ezitheni zami ezinamandla; bezinamandla kunami, kodwa Yena wangihlenga.


Bheka ukuthi ziningi kangakanani izitha zami, nokuthi zingiphethe ngendlakandla nangenzondo engakanani.


Simakade, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo.


Ngase ngisivuma isono sami kuwe, angaze ngasifihla isiphambeko sami. Ngathi: “Ngizozivuma iziphambeko zami kuSimakade,” Yena wangithethelela icala lokona kwami.


Mazingajabuli ngami izitha zami eziphafuza amanga ngami, nalabo abangizondela ize bacife amehlo.


Abangizondela ize baningi ukwedlula izinwele ekhanda lami, baningi abafuna ukungibhubhisa; izitha zami zingethwesa icala ngeze. Kumele ngibuyisele engingakwebanga.


Niyakuzondwa ngabantu bonke ngenxa yegama lami, kodwa oqiniselayo kuze kube sekupheleni, uyakusindiswa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka