AmaHubo 31:5 - IsiZulu 20205 Umoya wami ngiwubeka esandleni sakho, ungikhululile, Simakade, Nkulunkulu weqiniso. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ngibeka umoya wami esandleni sakho; uyangihlenga, Jehova Nkulunkulu othembekayo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Esandleni sakho ngiyawubeka umoya wami; uyangihlenga, Jehova Nkulunkulu weqiniso. Uka jalj uñjjattʼäta |
Yini eyenza kungabi bikho muntu lapho ngifika na? Kungani kungasabelanga muntu nalapho nginibiza na? Ngabe isandla sami sifinyeziwe yini ukuba singahlengi na? Noma angisenamandla okukhulula na? Ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane, izinhlanzi zayo zinuke; ngokuba engekho amanzi, ziyofa zibulawa wukoma.