Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 27:9 - IsiZulu 2020

9 Ungabufihli ubuso bakho kimi. Ungayixoshi inceku yakho ngentukuthelo; Wena uwusizo lwami, uze ungangilahli, ungangishiyi, Nkulunkulu wensindiso yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ungafihli ubuso bakho kimi, ungaxoshi inceku yakho ngokuthukuthela; wena ulusizo lwami, ungangilahli, ungangishiyi, Nkulunkulu wensindiso yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ungangifihleli ubuso bakho; Ungayisusi inceku yakho ngokuthukuthela; ube lusizo kimi; ungangishiyi, ungangishiyi, Nkulunkulu wensindiso yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 27:9
23 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Wena Solomoni, ndodana yami, mazi uNkulunkulu kayihlo, umkhonze ngenhliziyo epheleleyo nangomphefumulo ovumayo, ngokuba uSimakade uhlola zonke izinhliziyo, uqonda zonke izizindlo zemicabango. Uma umfuna, uyakufunyanwa nguye, kodwa uma umshiya uyakukulahla kuze kube phakade.


Ungangifihleli ubuso bakho ngosuku losizi lwami; beka indlebe yakho kimi, ngosuku engikumemeza ngalo, usheshe ungiphendule.


Izinsuku zami ziphele njengomusi, namathambo asha njengezinkuni.


Ngenze ubulungiswa nokulunga; unganginikeli kwabangicindezelayo.


Simakade, kuyoze kube nini ungikhohliwe unomphela na? Kuyoze kube nini ungifihlela ubuso bakho na?


Simakade, shesha ungiphendule, umphefumulo wami udangele, ungangifihleli ubuso bakho, funa ngifane nabashona egodini.


Uyofumana isibusiso kuSimakade, nokulunga kuNkulunkulu wensindiso yakhe.


Ubufihlelani ubuso bakho, ukhohlwe ukuhlupheka nokucindezelwa kwethu na?


Ungangilahli ebusweni bakho, ungangemuki uMoya wakho oyiNgcwele.


Ungayifihleli ubuso bakho inceku yakho, ngokuba ngikhathazekile, phuthuma ungiphendule.


Sondela kuwo umphefumulo wami, uwuhlenge, ngikhulule ngenxa yezitha zami.


Simakade, Nkulunkulu wensindiso yami, ngikhala imini nobusuku phambi kwakho.


Usho kanje uSimakade, uthi: “Iphi incwadi yesehlukaniso engimlahle ngayo? Ngumuphi konyoko engimxoshile, ngubani enginesikweletu naye, engithengise ngani kuye na? Bhekani, nathengiswa ngenxa yobubi benu, nangeziphambeko zenu; unyoko walahlwa.


Kodwa ububi benu bunahlukanisile noNkulunkulu, nezono zenu zibusithile ubuso bakhe kini ukuba anganizwa.


Ngiyakwenza nabo isivumelwano esimi phakade, ngingayeki ukubenzela okuhle, ngiyakubeka ezinhliziyweni zabo ukungesaba, ukuze bangasuki kimi.


Maningaphili ngokuthanda imali, yaneliswani ngeninakho, ngokuba Yena ushilo wathi: “Angisoze ngakulahla, futhi angisoze ngakushiya,”


USamuweli wathatha itshe, walimisa phakathi kweMizpha neSheni. Waliqamba wathi yi-Ebheni Ezeri, ethi: “USimakade usisizile kwaze kwaba lapha.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka