Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 27:7 - IsiZulu 2020

7 Ngizwe Simakade, lapho ngikunxusa, ube nomusa kimi, ungiphendule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Yizwa, Jehova, ngikhala ngezwi elikhulu; yiba nomusa kimi, ungiphendule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Yizwa, Jehova, lapho ngikhala ngezwi lami; yiba nomusa kimi futhi, ungiphendule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 27:7
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyakuthi kuNkulunkulu: ‘Ungangilahli njengonecala, kodwa ngazise; kuyini ongiphikisa ngakho na?


Ngibheke, ungiphendule, Simakade, Nkulunkulu wami. Letha injabulo emehlweni ami, ngingaze ngilale ubuthongo bokufa;


Ukulila kwami ukuphendule ijadu, wangikhumula ingubo yesaka, wangembathisa injabulo,


Ngokuba ukuphila kwami kuphelela osizini, neminyaka yami ekububuleni; amandla ami aphelile ngokona kwami, namathambo ami ancunzekile.


Ngiphendule lapho ngikhala, Nkulunkulu ongukulunga kwami. Ekucindezelweni wangenzela indawo ebanzi; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami.


Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngikhuleka kuwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka