AmaHubo 27:12 - IsiZulu 202012 Uze unganginikeli kokufiswa yizitha zami ngami, ngokuba ofakazi bamanga bangivukele, babhodla umlilo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Unganginikeli entandweni yezitha zami; ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabafutha ukudlozomela. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202412 Unganginikeli entandweni yezitha zami, ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabantu abaphefumula unya. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’