Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 22:25 - IsiZulu 2020

25 Ukudumisa kwami kuyakuvela kuwe ebandleni elikhulu, izithembiso zami ngiyozifeza phambi kwalabo abamesabayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kuyakuvela kuwe ukudumisa kwami ebandleni elikhulu; izithembiso zami ngiyakuzigcwalisa phambi kwabamesabayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ukudumisa kwami kuyakuba kuwe ebandleni elikhulu; ngizagcwalisa izithembiso zami phambi kwabamesabayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 22:25
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Makadunyiswe uSimakade! Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke enhlanganweni nasebandleni labaqotho.


Ngiyomemezela ngegama lakho kubafowethu, ngikudumise phakathi kwebandla.


Ngizokubonga ebandleni elikhulu, ngikudumise phakathi kwabantu abaningi.


Nkulunkulu, izifungo zami zingibophezele kuwe, ngiyakunikela kuwe iminikelo yokubonga.


Udumo lufanele Wena, Nkulunkulu, eZiyoni kuyofezeka isithembiso kuwe.


Ngizongena endlini yakho neminikelo yokushiswa, ngizifeze izifungo engazenza kuwe,


We nina nonke enesaba uNkulunkulu, wozani nilalele, nginilandise ngalokho angenzele khona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka