AmaHubo 18:39 - IsiZulu 202039 Wena ungibhincisa amandla ukuze ngimelane nempi, abangivukelayo ubenze bangikhothamela. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE39 Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202439 Wangibhincisa amandla okulwa; Abangivukelayo wababeka phansi kwami. Uka jalj uñjjattʼäta |
Usho kanje uSimakade, uthi: “Ingcebo yaseGibhithe nokuzuziweyo kwaseKhushe, nangamaShebha, abantu abade; kuyakuza kuwe, kube ngokwakho; bayakukulandela, bafike beboshwe ngamaketanga; bakukhothamele, bakhuleke kuwe, bathi: ‘UNkulunkulu unani kuphela, akekho omunye, akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kwakhe.’ ”