Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 18:37 - IsiZulu 2020

37 Ngazixosha izitha zami, ngazifica, angibuyanga ngaze ngaziqede nya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ngazixosha izitha zami, ngazifica; angibuyanga ngingakaziqedi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngazixosha izitha zami, ngazifica;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 18:37
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinyathelo zami zisemkhondweni wakho, izinyawo zami azizange zishelele.


Vuka, Simakade, ngisindise Nkulunkulu wami. Uzishayile zonke izitha zami emihlathini; wawawohloza amazinyo ezonakali.


Yiba nomusa kimi, Simakade, ngokuba ngisenkathazweni, iso lami liyafiphala ngenxa yosizi, nomphefumulo nomzimba wami.


Thatha ihawu nesihlangu, usukume ungisize.


Mababe njengamakhoba epheshulwa ngumoya; ingelosi kaSimakade ibadudule.


Ababi bayobhubha, izitha zikaSimakade zishabalale njengobuhle bamadlelo. Ziyonyamalala njengentuthu, zishabalale.


Ngawe sizakuzilahla phansi izitha zethu, ngegama lakho sizakubanyathela abasivukelayo.


Lapho izitha zami, zibuyela emuva, ziyabhamazela, zibhubhe phambi kwakho.


Ngase ngibona: kwakukhona ihhashi elimhlophe, nogibele kulo ephethe umnsalo, wanikwa umqhele, waphuma ngokunqoba eya ukuyonqoba.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka