Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 148:9 - IsiZulu 2020

9 nani zintaba namagquma wonke, nani mithi ethelayo, nayo yonke imisedari,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 nani zintaba namagquma onke, nani mithi ethelayo nayo yonke imisedari,*

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Izintaba nawo wonke amagquma; izihlahla zezithelo nemisedari yonke;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 148:9
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ihlane nemizi yalo makujabule, nemizana okwakhe kuyo abakwaKedari, abakhileyo eSela mabajabule bathokoze, mabenanele beseziqongweni zezintaba.


Thokozani, mazulu, ngokuba uSimakade usukumile, nijabule nina zindawo eziphansi zomhlaba, nihlabelele kakhulu nina zintaba, nawe hlathi nayo yonke imithi ekuwe, ngokuba uSimakade umhlengile uJakobe, ngokuhlabelela, wazidumisa ngo-Israyeli.


Jabulani mazulu, uthokoze nawe mhlaba, qhumukani zintaba, nihube, ngokuba uSimakade ubaduduzile abantu bakhe, unozwelo kwabahluphekileyo bakhe.


Sengathi ungadabula amazulu, wehle, kuzamazame izintaba phambi kwakho,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka