Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 147:18 - IsiZulu 2020

18 Usho ngezwi, kuncibilike; wenza umoya uphephethe, amanzi ageleze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Uyathuma izwi lakhe, likuncibilikise; uyavusa umoya wakhe, amanzi agobhoze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uyathuma izwi lakhe, likuncibilikise; Wenza umoya wakhe uvunguze futhi amanzi agobhoze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 147:18
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuphefumula kukaNkulunkulu, kuvela ungqoqwane namanzi ngobuningi bawo, abe yiqhwa.


wena ozembatho zakho zifudumele, lapho umhlaba uthule ngenxa yeshisandlu na?


Wathumela izwi lakhe, wabaphilisa, wabahlenga emathuneni abo.


Uthumela umyalo wakhe emhlabeni, izwi lakhe ligijima ngesikhulu isivinini.


Ngokuba wakhuluma, kwaba khona, wayaleza, kwama, kwagxila.


Wadedela umoya wasempumalanga ezulwini, ngamandla akhe waqhuba umoya waseningizimu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka