AmaHubo 147:13 - IsiZulu 202013 ngokuba imigoqo yamasango uyiqinisile, ubabusisile abantwana bakho ngaphakathi kwakho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ngokuba uqinisile imigoqo yamasango; ubusisile abantwana bakho phakathi kwakho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202413 Ngokuba waqinisa imigoqo yamasango akho; Wababusisa abantwana bakho kuwe. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngathi kubo: “Amasango aseJerusalema mabangawavuli lize liphakame ilanga, kusihlwa basheshe bavale imigoqo nezicabha, ngesikhathi abaqaphi besaqaphile ezindaweni zabo. Ngabuye ngathi mabaqoke abaqaphi phakathi kwabantu abahlala eJerusalema, babamise ezindaweni ezithile, abantu behle benyuka bezungeza indawo eseduze nemizi yabo.”
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.