AmaHubo 132:12 - IsiZulu 202012 Uma abantwana bakho besigcina isivumelwano sami nobufakazi bami engiyobafundisa bona, impela abantwana babo bayohlala esihlalweni sakho kuze kube phakade.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Uma abantwana bakho begcina isivumelwano sami nobufakazi bami engiyakubafundisa bona, khona abantwana babo bayakuhlala esihlalweni sakho kuze kube phakade.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202412 Uma abantwana bakho begcina isivumelwano sami nobufakazi bami engizobafundisa bona, nabantwana babo bayakuhlala esihlalweni sakho sobukhosi kuze kube phakade. Uka jalj uñjjattʼäta |
“Ngakho-ke Simakade Nkulunkulu ka-Israyeli, kufeze encekwini yakho uDavide, ubaba, lokho owakusho kuyo wathi: ‘Akunakwenzeka ukuba kungabi bikho muntu phambi kwami ovela kuwe oyakuhlala esihlalweni sobukhosi sakwa-Israyeli, kuphela nje uma abozalo lwakho beyoqaphela indlela yabo ukuba bahambe phambi kwami, njengalokhu wena wenzile phambi kwami.’