Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 118:14 - IsiZulu 2020

14 USimakade ungamandla ami, nesihlabelelo sami, ube yinsindiso yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UJehova ungamandla ami nesihlabelelo sami, waba yinsindiso yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 118:14
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Simakade, uyidwala lami nenqaba yami, noMkhululi wami, uNkulunkulu wami; uyidwala engikhosela kulo, isihlangu sami, nophondo lwensindiso yami, inqaba yami.


USimakade ungukukhanya kwami nensindiso yami. Ngubani engingamesaba na? USimakade uyinqaba yokuphila kwami. Ngubani engingaba novalo ngaye na?


UNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakumethemba, angiyukwesaba, ngokuba uSimakade, Yena ungamandla ami nezikhwepha zami; uyinsindiso yami.”


Kepha u-Israyeli usindisiwe nguSimakade, ngokusindiswa okuphakade; aniyukujabha, aniyukuba namahloni kuze kube phakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka